Itss mpilour

Itss mpilour Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Itss mpilour, Grocers, City of Tshwane.

I love her
05/04/2026

I love her

Princess Nxalati 🩷

17/03/2026

Goodnight πŸ‘Œ

01/03/2026

Unyaka westhathu manje ingane yam le ngingayazi ukuthi yashona kuphiπŸ˜­πŸ˜­πŸ’”πŸ’”πŸ’”

Lento yokuba nomusa. Ngelinye ilanga ngathi ngihamba etown ngabona intombazane Ela ko 27 ihamba Icela usizo ebantwini kodwa bengamnaki. Ngamubiza ngambuza ukuthi inkinga ikuphi. Wangitshela ukuthi uxakekile uze eGoli esuka eMpumalanga Eze ukuzo sebenza wathi uma efika ngapha wathola ukuthi bamqambele amanga badlala ngaya. Wathi uno 2 days efikile lapha ulala emgaqweni. Ngazwelana nayeπŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”
Ngambuza ukuthi udinga usizo olunjani. Wathi ucela okuya ngasethunjeni noma umsebenzi noma ngabe owukuwasha. Ngambuza ukuthi akaboni kuncono ukuthi ngimsize abuyele ekhaya wathi ke yena ekhaya ushiye isimo singekho sihle, ustepfather wakhe akasamfuni ekhaya and umama uthi vele usemdala makahambe ayosebenza.
Ngezwa kusika inimba bafazi ngoba nam ngizele. Uma ngicabanga ukuthi amathuba omsebenzi awekho lengane izowthola njani umsebenzi enganayo indawo yokuhlala. Uma ngicabanga risk yokuthi intombazane ihlale emgaqweni ngakhetha ukumthatha.
Safika endlini ngakhipha ukudla ngamphakela ngabiza iingane zam ngazichazela ngesimo sentombazane. Ingane yam lena endala yayingayitholi kahle indaba ka sisi lo. Ngamkhuza ukuthi makamyeke aphumule sizombuza kahle ngaksasa.
Indaba izoqhubeka ku comment section πŸ‘‡

Address

City Of Tshwane

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Itss mpilour posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category