21/02/2024
Kwahluphekile p2
//Kuse ngakusasa ukusa kubonwa uye udlamini phela usadla amathambo e ngqondo
Akulaleki kunzima kuye//
Dlamini:thandoo!!Vuka mnganamiie ubeke amanzi Sekusile kuze siniikele khona mntanami
//Uthando Avuke allungisele ukuya eskoleni aqende bese abekele uyise amanzi//
Thando:baba Vuka ugeze sengikulungiselile ozokugqoka baba
Dlamini:Ngiyabonga mAh sibalukhulu wamii
//uThando wamoyizela yedwa
Phela lomntana uyathanda ukuhleka wasuka wavusa umawakhe //
Thando: mama ngicela ungibophe inwele ubaba sengaze aqende ukulungisela ukuhamba
Magcaba:Kodwa usungaze ungihafe kangaka mntanami
Thando:phela ngihamba nobabami njee Mele ngamlindisi uzongi shiya
Magcaba:ihhee ngathi uyazi akana skhathii knjn. Ubabakho
//Wabe sengqedile ukulungisela ukuya Ngakhona//
Dlamini:asambe wee mntanami sesi late
//Basho bahamba akuphelenga ngisho I hr bafika yeee Wena sangweni yin le engiyizwa ngaleskollee kuhlukumezeka owamii umntanami Kani Wena avu thishu nhloko laa!!!!ehhhe sangweni ningangii sanganisi Nina
Sangwani:awu kodwa babu Dlamini umntanakho uye onephutha akakaze ayibike lonto e office llami
Thando:thishomkhulu ngasho ku thisha myeza akathathanga zinyathelo ngoba bangibukela phansi bonke othisha. Ncese ngokungena emlonyeni
Dlamini:ngicela ukungasukeleki njalo we mfoka sangweni ngiyokubonqaa ngallee wisa uyothibiza ingalo yomthetho ube usuvuza ikhanda llonke ngaqhathwa sangweni nawe uyazi sikhule ndawonye
Sangweni:Awukodwa bhuti awuhlise umoya phela silungise lendaba oyizelle llaah
//Phela udlamini uyayishaya indoda phela nothisha nhlonko uyazazela Ukuthi alifakwa libuya nondaka I anda yathishomkhulu isivakashele umsinsila ihee//
Thando:Baba ngicela wehlise uboya sibalukhulu omkhullu ngiyakucela
Dlamini:Awu Okey ncese sangwani mntakababa ngibe nephutha llaaah ngingagamele mntwana
Sangweni:eyy kodwa Dlamini usungaze ubenje asikhulume ndoda ke