Tee imbongi

Tee imbongi This page is about my poems and how life goes story of our life when i say story of our life it because u are a part of me .....this Tee imbongi

06/05/2022

Lobuhlungu obushaya buphindelela ....

Ithemba kalibulali cha kumina ezami ifiso seziqalile ziyalibulala ikati owami umkhuleko awuphenduluke impilo ngifanisa nezinye zezilingo engaba kuzona nami ke benginazo ezami fiso ....

Kona ubuhlungu enginabo ukubona laba engiba khathalelayo nengibakhalelayo mabesosizini yibona abangicekela phansi yibona ababona impumelelo yami njengokwehluleka kokuphumelela kwamaphupho wabo engani elomhlathi balikhiphe ngenhloso zokuthi yona impumelelo iqelelene nami bebesho befunga bethi lutho Lona uyisehluleki yikona okuhle ake wakwenza ngoba okuhle yikhona okuphahla inzondo namagqubu nokufisa inzondo nokubi empilweni zabanye kodwake lona u Tee imbongi 🥀 for more poems like and follow the page from there naku ama number akhona get my video poems .......

Tee imbongi 🥀

07/04/2022

Okuza ngemuva kuyingozi kakhulu kuna lokhu okuza ngaphambili. ..

Iqiniso lisekuthenini emhlabeni weza wedwa uzohamba wedwa ngisho angawumndeni wakho lokho akucazi ukuthi ukufisela okuhle ngisho engazwelana nawe mawusosizini kodwa okusenhlizweni yakhe awukwazi sengisho imncabango yakhe soze wayazi. ...

Engani lona ocabanga ukuthi ngeke akuzwisa ubuhlungu uyena okushaya ngemfu ephinda phindiwe uyena oyenza ngakho konke okusemandleni ukuthi awuphumeleli .....

Lona omthembe kunabo bonke uyena isithasakho lona omncabangela okuhle yena ukucabangela okubi .....

Tee imbongi 🥀 .......

20/03/2022

Injabulo engasoze yaphela isifiso sami kuthi nalapho umhlaba ungijikela khona ngibe nokuthula ngibe nokukwamukela ngikwazi ukuzithoba nalapho ngizwa khona ubuhlungu ngibe nenjabulo evela ezulwini ngibe nenjabulo engasoze yaqedwa umuntu

Kunina injabulo ukuthola uthando nithole imali eningi nicebe kumina injabulo ukuba nokuthula nokuthula ngaso sonke iskhathi intukuthelo kungabi yinto esondelene nani mina bengifisa ukujabula ngaso sonke iskhathi noma nginomncebo noma ngenalutho injabulo injabulo heyiii🤣🤣🤣🤣

Tee imbongi 🥀

20/03/2022

Injabulo engasoze yaphela isifiso sami kuthi nalapho umhlaba ungijikela khona ngibe nokuthula ngibe nokukwamukela ngikwazi ukuzithoba nalapho ngizwa khona ubuhlungu ngibe nenjabulo evela ezulwini ngibe nenjabulo engasoze yaqedwa umuntu

Kunina injabulo ukuthola uthando nithole imali eningi nicebe kumina injabulo ukuba nokuthula ngaphakathi kumina ngaso sonke iskhathi intukuthelo kungabi yinto esondelene nami bengifisa ukujabula ngaso sonke iskhathi noma nginemali noma ngenalutho injabulo injabulo heyiii🤣🤣🤣🤣

Tee imbongi 🥀

19/03/2022

Ukuphuma Kwelanga sekuyikhona isbusiso

Sbonga ukuvuka sibonga ukubona olunye usuku saphila sbonga ukuthandwa esandleni somusa

Lona kube umthandazo engiwuzwe ngidlula siguqengedolo isalikwazi sigebise ikhanda engani besicelela wonke umuntu wasemhlabeni okuhle besicela okuhle kumndali

Baba mina sengamukela ukuthi ubunzima badalelwa mina bengicela bugcine Kimi ngikhulekela labazukulu bami baba bengicela ubaphe ukuhlakanipha nokuzithoba hlezi nempilo nayo izobahlonipha ibakhombe indlela ekahle yokuphila .....kwehle inyembezi kuntombi endala kwaphela amagama kwahamba izwi wase bheka phezulu wavula mehlo zahla kakhulu inyembezi

Tee imbongi 🥀

12/03/2022

Ngyabhala by 10 plz cela nifunde this one is person nali ...... 😔Izibopho 😔

12/03/2022

Ngyabhala ngo 10 plz cela nifunde this one is personal ...... 😔Iziboshwa zothando 😔

Address

Personal. .
Johannesburg
PERSONAL

Telephone

+27732365322

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tee imbongi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category