Thoh faithfully sonkondlokazi

Thoh faithfully sonkondlokazi Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Thoh faithfully sonkondlokazi, kwashal nqabeni 4682, Durban.

03/10/2021

Mmmm

Personal blog

04/09/2021

wonkumuntu wamkelekile gys

Send a message to learn more

02/09/2021

konakelephi 😭😭😭

sobhonga emswaneni ongnkondlo kepha oyisililo maAfrica asibuyisaneni madododa kwenzenjn khulumani madoda konakelephi lafa ilizwe nibhekile nomkhuleko awsasizi usizi lubhongile madoda kwenzenjn khulumani okwehlula Nina kuyabikwa phoh sizobikela Bani ngoba masinibuza nibika imbiba nebuza akekho waziyo koda nimile nishiza okwezembe ayisuka lamadoda akumadoda alutho

konakelephi 😭😭😭😭

Abantu besifazane sebaphenduke inyama kubantu besilisa ngempela konakelephi namanjr ngisazibuza kazi ashonaphi lamadoda ayeyilwela eyawo imindeni lelizwe liyoqhakaza knjn izimbali zibuna zibuna imihla namalanga futhi akekho obukeka ekhathazekile ngalakho kushukuthi azilime ziyetsheni kazi sekuyosala bah?

konakelephi😭😭😭

babizolo bengisentanyeni yesandla sakho ungibuka ungibukisisa uhleke uveze elomhlathi ububuthokozela ubuhle bami namhlanjr kuphelelephi konke lokho namhlanjr ngyabibiyela ngivuka embhedeni wakho ungibamba ungibhudubeza noma sengikhala ngesankahla zange wangishaya mkhuba waqhubeka wanginukubeza ngitshele konakelephi namhlanjr ugugule konke obekuyigugu lam wathabatha konke okungokwam awngcinanga ngalokho waphinde wangiphuca nokuphila kwam mphefumulo wam nyama yam vuma ubengumhlatshelwa ngawe ngyanilela ngikhuzudlal' mu olubhekiswe abantu besilisa kubantu besifazane sikhala imihlanamalanga sekwanele πŸ™πŸ™

konakelephi 😭😭😭

thoh sonkondlokazi ✍️

Address

Kwashal Nqabeni 4682
Durban
ZINGOLWEN KWASHAL

Telephone

+27711592429

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thoh faithfully sonkondlokazi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share