20/05/2022
๐ฏ๐๐ UKUBENGANGAZI ๐ฏ๐๐ P6
Hleziphi: ( Engena ebingelela lapho esebenza khona) Sanibona Medem ninobasi
MaMbongwa: ( Evuma) sawubona Hleziphi ukahlenje kodwa iwikhendi ikhuphathe kahle?
Hleziphi: Yebo Medem konke kusahamba kahle sengezwa kunina
Mbongwa: (Emphendula) Sikahle sisi nathi ayi ufike kabi sengindlela seniyosala kahle ngisaya etohwenike mina ngizobuye nginibone
MaMbongwa: Kulungile baba usuyohamaba kahle
( Basale uHleziphi aqale umsebenzi azengawo lapha akiline enzenokunye apheke kwazise phela uyaleshaya ibhodwe ungazufunge wakuyela eskolen ukuyofundela ukupheka kanti nomasebenzi uyawubamba mayewutholile intonje akanayo inhlanhla yawo kanti nomkhwenyane wakhe nje wamane wamushiya wadliwa zindonga zaseGoli)
(Kusemini uHleziphi uhleli noMaMbongwa bayazixoxela nje)
MaMbongwa: WeHleziphi ntombi awuzophumula ngapha boh kudala kusile usebenza uphathe okuphuzwayo sizozipholela
Hleziphi: (Ehleka kancane) ok ngiyeza manje ubanjani nje ukubhoreka uwedwa nengane zingekho zihlala eskolen
MaMbongwa: Eyi ngiyafa ntombi lapho nobaba walapha ekhaya ubuya emin ekhathele nje ezodla kokunye ezebuyentambama kona isighukuthezi besengibulala impela sekusizekona nje ukufika kwakho
Hleziphi: kona kuyabonakala ukuthi ubumuntu ihlalela yedwa nje elibele umabona kude
(Kusenjalo besaxoxa nje kungene uMbongwa eselantshini ezogeza edlebese ethukuphumula kancane nje ephinde ebuyela khona futhi engena ebabingelela )
๐ฏ๐๐ UKUBENGANGAZI ๐ฏ๐๐P7
Uyalandela sengizozama ukuniphushela khona obekusangibambile kancane ๐คโค