MHLAZIYI'D'MPj

MHLAZIYI'D'MPj Hi everyone to my page My name is Joseph Mgweje EDUNDEE I am dream answers Any dream you have your w

Permanently closed.
23/06/2022

Thanks for all guys to like my page God bless you 💓🙏

16/06/2022

Um'uphuphe ucebil' emaphushweni kuysiqalekiso esivela ku mdali

Ingakho kdala kwakuthiwa umthakathi
Ebesuku unomcebo kodwa
Ekseni umahlalela?

No umangabe abadala bakini bakunshengis'umcebo emaphushweni besuke bekuph'umsebenzi wokuphilisa abanye Bantu
Ingakho Uma ulala kubalulekil'ukhuleke kumdali ukuthi akugcinel'umoya wakho ezandle zakhe ezifudumele
Awuphuphi ngoba nakhu uyaphupha cha iphupho libalulekile kakhulu ukudlula lokh'oth'unakho

Kodwa engkwaziyo abacebile kuyimvela kancani ukuphupha base pharadais
Ingoba abakunakile kwalomhlaba

Kodwa kwabaswele allways behlez bephupha base pharadais
Jabula wemnt'oswele ngokub'ubab'umdali akakulahlanga qin'ume ngezinyawo uqhubeke ngempilo
Uzobathola phambili sebezimvuthu

Nak'iphupho lakh'unganak'umuntu
Uzoba right 🙏❤️ you

16/06/2022

Namhlanje ngzokhuluma ngothando olukamama

Ngycela njeng'isizwe esimnyama singabahlukumenzi abantu besimame kubhungu ukubon'umzali ethwelekanzima ekubeni wazal'insizwa wazal'abafana

Umuntu wesifazan'unjeng'insimu kumel'uynakekele unyakanonyaka lokhu kusiza wen'umnikazi ukuth'ungalambi Uma ulinakekela Kahle uzovun'okuhle kodwa

Umuntu wesifazane uykho konke okwasemhlabeni umuntu wesifazane ufana nonkulunkulu wakho wokqala uyakunakekela wazikhlak'ukuth'awuzwa akanandab'ukuth'unjan ngesakhayo sakho ingoba ungumvikeli wakho
1 wakuthwala 4 9moth🤰
2 wakuleth'emhlabeni🌍
3 wakunakekela🤱
4 wakufundis'ukukhuluma
5 wakufundis'ukuhamba🚶

Njengob'ungaka uyena
Njengob'unemali uyena
Njengob'unomfazi uyena
Uyabhema uyaphuza uyadlwengulu uphind'ubulale

Kuzomel'sbaphathekahle bomama sibanakekele sbanik'uthando nabo bayaluding'uthando lwethu
Nkosi ingasibusa Uma Nath sijabulisa abazali bethu
Uhloniph'umoya ka mawakho ngoba ukube wawengathand'ukuth'ubekhona bezokukhipha esiswini sakhe kodwa waba nozwelo waba nomusa wokuth Nathi siphil'emhlabeni

Buka la
Mandela cm from women
Jakobe cm from woman
Mugabhe cm from woman
Unyazi cm from women
Ujesu cm from woman

14/06/2022

Hi my dear brother and sister
Sibong'umusa ka Jehovah umdali wezulu no mhlaba
Ngokusivus'ilanga lanamuhla
Ngathi naksasa kungaba njalo baba 🙏❤️💝

11/06/2022

Ukuphuph'usemontweni🚐=

Imonto emaphushweni kuybhokisi lomncwabo
Akukho okunye
Ukuginqika kwayo= ukuphaphama kwakho

11/06/2022

Ukuphuphel'omunyumuntu?
Like umakhelwane umunt'owakhelene naye neighbor's

Umuy'indoda kodw'uphuph'uhamba nomakhelwane ebukeka kuwumunto owesilisa njeng'obhuti

Ubhuti emaphushweni kuyisitha sakho leso
Umakhelwane wakho intomb'othandana nayo
Ukulwa kwenu ukundlondlobala ko thandolwenu
Ukuzwana kwenu=ukubhidlika ko Thando lwenu

Amen🙏

11/06/2022

Sanibonani
Ngcela ukuhlaziyel'abam'balwa ngesihlwa

Ukuphuph'uduntshulwa kuyin'emaphushweni?
Ukuduntshulwa emaphushweni kuhlukene kathathu
Kodwa kush'int'eyodwa Vol'
Ukuphaphamisw'idlozi
Ulaka lwedlozi
Umlayezo wedlozi
Umangab'uhlez'ukhuzwa njalo
Umangab'unenkani inenyongo
Umangab'unozwelo
Kungenzek'uphuphe uduntshulwa
Shuthi alilkho libi Kangaka
Amen🙏🤝

05/06/2022

Ngyabonga kakhulu izinceku ze nkosi😍😍😍ngokungiseka kwenu kule page yam engath'incoco zethu zizoqonda Kahle 😍

05/06/2022

Umdali uthi
Celani nisazokuphiwa
Nqonqothani nisazokuvulelwa
Funani nisazokufumana

Kodwa aksibona bonke abathi nkosi nkosi abayowbon'um'buso we Zulu

Thandazani khulekani kuye nisazokuthola enikufunayo=(Ameni)😍

05/06/2022

Kant'uban'umsindisi wethu?

Abanye bathi Jesus
Abanye bathi umesiya
Abanye bathi Allah
Abanye bathi Jehovah
Abanye bathi unkunkulu
Umdali wezulu nomhlaba😍😘

Cha bazalwane kuningi esikukholelwayo kodwa ngithi
Khona kunjalo lokho enikukhonzayo ikakhulukazi umangabe niyakuthola enikufunayo
Njengoba kwakulonshiwe kithi ukuthi sngabulawel'umdali wethu lokhu kuchaz'ukuthi unkulunkulu Umdali wethu sonke yen'uyedwa vol akekh'omunye nguyen'onamandla onomusa une sihawu

Address

N'A'K'ASIPHILE#GMAIL. COM
Dundee
PASTOR01PJD

Telephone

+27729537819

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when MHLAZIYI'D'MPj posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to MHLAZIYI'D'MPj:

Share

Category