Thembeka Msomi kweze-Vumis'elihle Mtshali

Thembeka Msomi kweze-Vumis'elihle Mtshali Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Thembeka Msomi kweze-Vumis'elihle Mtshali, Grocers, Eshowe p. o box, Durban.

Kwabaseduze ne Richasbay ne Mpangeni ,Mtuba ,Stanger asiphelele sonke Kwambonambi ngomhlaka 8 August "Enhlanzini if usuq...
30/07/2026

Kwabaseduze ne Richasbay ne Mpangeni ,Mtuba ,Stanger asiphelele sonke Kwambonambi ngomhlaka 8 August "Enhlanzini if usuqal ukungena umgwaqo obheke kwaSokhulu🤟

bathi ukwanda kwaliwa umthakathi kodwa mesimunye sonqoba🤞

picnic🤟
. vibes .Power✊
Khona🤟💔

Yabona bafethu wayeqinisile lomuntu owafika nalento yokuthi amadoda izinja🤞Yaaaz nj kaz uphila kumuphi umhlaba lo onaban...
15/05/2026

Yabona bafethu wayeqinisile lomuntu owafika nalento yokuthi amadoda izinja🤞

Yaaaz nj kaz uphila kumuphi umhlaba lo onabantu abanesbindi esibi kanje ukuthi usungaze ukhulelise umaDlamini wethu simthanda so😏🥲

kulungile babhemu😏

03/05/2026

Happy Sunday kini nonke enikuleli khaya

Aaamen🙏✍️✍️

Yabona impela baqinisile uma bethi abafana izinja futhi nami ngizidelele namhlanje🤞Ubhuti wabantu ungisuse ngizipholele ...
31/03/2026

Yabona impela baqinisile uma bethi abafana izinja futhi nami ngizidelele namhlanje🤞

Ubhuti wabantu ungisuse ngizipholele ekhaya ilanga lishisabhe wangifonela wathi ucela ngizombona coz ube off namhlanje

Cabanga ngizofike ngimwashele

ngimukilinele eroom(in) yakhe emqashweni

ngimwashele izitsha namabhodwe maqede ngimphekele

Kodwa sengihamba ntambama umuntu athi nayi imali ye local ubongifonela uma usufikil ekhaya kini😎🥲

Pho ngizothini ngoba ngiyamthanda❣️🥲

Aaaaay kulungile gudnyt(n) bafethu nginithanda nonke kulelikhaya 💯❣️🥲

Ak'avekumnandi ukuhlalela emqashweni ngoba akekho okulawulayo futhi uziphilela impilo yakho oyithsndayo kusho usisiwami ...
30/03/2026

Ak'avekumnandi ukuhlalela emqashweni ngoba akekho okulawulayo futhi uziphilela impilo yakho oyithsndayo kusho usisiwami esewadel ikhaya

Aaaaay kulungile kodwa ngoba impilo ayinamngani🥲

Aaaaay gudnyt(n) bafethu nginithanda nonke kulelikhaya💯❣️

Address

Eshowe P. O Box
Durban
3884

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thembeka Msomi kweze-Vumis'elihle Mtshali posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category