Funda isintu muntu omusha

Funda isintu muntu omusha Sifunisana ngesintu kubantu abasha ukulandela indlela obabamkhulu ababekhuliswa ngayo📓📒🖊️

23/05/2024

Singakujabulela ukulandela kwakho leli Page lapho sithi sifundisana isiko nokulandela impilo eyayiphilwa obabamkhulu kuhle lokho sizwe sakithi ukulandela isikombe lethu.

Ngithulile ngabuka ukuthi iningi labantu abasha bayahlubuka kwisiko likazulu kancane kancane okwiyintoke engafanele yenzeke leyo. Angeke ubone ezinye izinhlanga zihlubuka isiko lazo kodwa thina liyaphuma elethu kithi kancane kancane kuphela impilo esesigijimela eyabantu abamhlophe.

Kuyiphutha elikhulu lelo ngane zakwethu plz

Bayede ngonyama yamaZulu.UZulu kamalandela ngokulandela izinkomo zabafokazane.Zulu eliphezulu, Zulu omnyama ondlela zimh...
23/05/2024

Bayede ngonyama yamaZulu.

UZulu kamalandela ngokulandela izinkomo zabafokazane.

Zulu eliphezulu, Zulu omnyama ondlela zimhlophe wena kaphunga nomageba.
Wena kamjokwane kaNdaba
Wena wenkayintshane kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva bayibhula ngamazolo.
Wena sithuli sikaNdaba.
Sithuli sikaNkombane.
Wena sikahhawuhhawu siyinkondlo beyikhuzile beyikhuze ngaphansi nangaphezulu.
Wena kanogwaja omuhle ngomlenze.
Mbambo elimashoba.

(Ndabezithi, mageba)

Address

Dladlanhloko@gmail. Com
Durban

Telephone

+27637886468

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Funda isintu muntu omusha posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category