Malishe kzn News

Malishe kzn News FUNDA,LALELA,HLAZIYA,THULA $Phawula

27/01/2026

Watch,Listen and don't judge πŸ˜‘no one is perfect

RIP ccterz n brother πŸ™

Follow to stay connected
27/01/2026

Follow to stay connected

Smomoza uhlelo syagonyuluka ohk sharp πŸ˜‚

"Malahle umabani umfazi engakudlela yena gonyuluka ndoda ungalokhu ubhinqa ubibiyela. Uma umuntu edlelwe umfaz yindaba enkulu kabi leyo yihlazo futhi.mina ngazi ukuth umfazi mayephingile yichilo indaba ingenelwa ngisho nayimindeni yombili kushuthi ke leyomndeni u Ntencane nalesishiphi esiwu Kwazi Nsele.

Angidli abafazi babantu mina niyalazi kodwa igama elithi umfazi lichazani. Nihlomekisane nobhululu bakho o Kwazi uzongisiza ke ndoda ugonyuluke bezwe abantu.

Uma ngakudlela umfaz cha leyo yayizodinga amadoda o Thokozani Somnandi Langa not o sis Kwazi Nsele. Kushuthi fanele ngigeze umuzi wakwa Sibiya but mina ngakugcina ungakabi naye umfazi nkab yam.

Wena gonyuluka mhlawumbe ukhuluma ngalezintombi ezizithandela omaskandi njengoba nami wake wangidlela intombi u MTHANDENI SK egoli e Jules okwakuthiwa u Zanele Khumalo eyiphoyisa ngayivuma induku ngoba ngiyisoka sayixoxa futhi neskhova sebehlukene sesizihlekela nje kumnandi and yayimtshelile ukuth ijola nami wayipheqa kunjalo azange ngimzonde azange ngimlwise yikho ngimu tagg nje ngikhululeke. Leyontombi ngangi serious kabi ngayo sadla iskhova"

https://youtube.com/playlist?list=OLAK5uy_mXE8A2N4teylsddMD1KssrKU_3VSw5dqk&si=MMa4cioqw-8ZYzL-

Smomoza uhlelo syagonyuluka ohk sharp πŸ˜‚"Malahle umabani umfazi engakudlela yena gonyuluka ndoda ungalokhu ubhinqa ubibiy...
27/01/2026

Smomoza uhlelo syagonyuluka ohk sharp πŸ˜‚

"Malahle umabani umfazi engakudlela yena gonyuluka ndoda ungalokhu ubhinqa ubibiyela. Uma umuntu edlelwe umfaz yindaba enkulu kabi leyo yihlazo futhi.mina ngazi ukuth umfazi mayephingile yichilo indaba ingenelwa ngisho nayimindeni yombili kushuthi ke leyomndeni u Ntencane nalesishiphi esiwu Kwazi Nsele.

Angidli abafazi babantu mina niyalazi kodwa igama elithi umfazi lichazani. Nihlomekisane nobhululu bakho o Kwazi uzongisiza ke ndoda ugonyuluke bezwe abantu.

Uma ngakudlela umfaz cha leyo yayizodinga amadoda o Thokozani Somnandi Langa not o sis Kwazi Nsele. Kushuthi fanele ngigeze umuzi wakwa Sibiya but mina ngakugcina ungakabi naye umfazi nkab yam.

Wena gonyuluka mhlawumbe ukhuluma ngalezintombi ezizithandela omaskandi njengoba nami wake wangidlela intombi u MTHANDENI SK egoli e Jules okwakuthiwa u Zanele Khumalo eyiphoyisa ngayivuma induku ngoba ngiyisoka sayixoxa futhi neskhova sebehlukene sesizihlekela nje kumnandi and yayimtshelile ukuth ijola nami wayipheqa kunjalo azange ngimzonde azange ngimlwise yikho ngimu tagg nje ngikhululeke. Leyontombi ngangi serious kabi ngayo sadla iskhova"

https://youtube.com/playlist?list=OLAK5uy_mXE8A2N4teylsddMD1KssrKU_3VSw5dqk&si=MMa4cioqw-8ZYzL-

Umculi kaMaskandi odinge ngelika uMzukulu uphinde wenza ezibukwayo ngenkathi ethenga unyanyacu lwemoto ewuhlobo lakwa To...
27/01/2026

Umculi kaMaskandi odinge ngelika uMzukulu uphinde wenza ezibukwayo ngenkathi ethenga unyanyacu lwemoto ewuhlobo lakwa Toyota. Lokhu kulandela i Album ayikhiphe ngo October yase yadla abantu sikhuluma nje ina 3 months ezitolo kodwa zonke izingoma zakhe ziphethe ama million 🀭 ikutshelani lento ngoMfoka Baqhazile?

πŸ₯²
12/12/2025

πŸ₯²

AmpoooπŸ˜‚
12/12/2025

AmpoooπŸ˜‚

Halala wangena umakoti eMandaba suukaaa zwana lapha emvakwamazwi languishπŸ˜‚

Kwa mpungose
12/12/2025

Kwa mpungose

Uma uphila nabantu nabo bazokuphilela, isifundo lesi osipha sona Khuba siyakubongela mnewethu πŸ™πŸΎ

Justice for Dinisa family πŸ₯²
12/12/2025

Justice for Dinisa family πŸ₯²

KUNZIMA πŸ’”πŸ˜­βš οΈ

Ushonele ejele uNhlakanipho Ntombela esabika ngaye ukuthi watholaka enecala lokhanda imoto ehamba ngamanzi instead of petrol, waboshwa emavikini amabili adlule...Kubikwa ukuthi ugule iskhathi escane wase washona, ukhale ngokusikwa isisu.πŸ’”πŸ˜­

lesgameko senzeke izolo ebsuku kanti izoshona ezintathakusa zanamuhla. Badumale kakhulu abomndeni bakhe mabethola lemibiko , njengoba kade benethemba lokuthi uzoliwina lelicala abekwa lona πŸ’”πŸ˜­βš οΈ

Follow Inqolobane Media Tv1

Kusenziwa uphenyo ngowesilisa otholakale ehlathini e Ermelo, isithombe sifakazela ukuthi sesiside isikhathi lomzimba use...
25/08/2025

Kusenziwa uphenyo ngowesilisa otholakale ehlathini e Ermelo, isithombe sifakazela ukuthi sesiside isikhathi lomzimba usenkingeni okungabangela ukuba kubenzima kwabomthetho ukuthola imbangela.

"KUBOSHWE amaphoyisa amabili noMama osebenza uku Cleaner isiteshi samaphoyisa emuva kokuthi babanjwa Betape insipho eyay...
23/07/2025

"KUBOSHWE amaphoyisa amabili noMama osebenza uku Cleaner isiteshi samaphoyisa emuva kokuthi babanjwa Betape insipho eyayisakazeke umgwaqo wonke u R101 Uma ubheke ngako Modimolle ngesikhathi kugingqika iLoli laba babekwe amacala okweba kanye nokwephula umthetho. Imibiko iveza ukuthi lamaphoyisa ayeyothenga ukudla ngesikhathi sekhefu abona iLoli ichithe insipho (Washing Powder) aythatha ayfaka emotweni yomsebenzi qede ajika ayoyishiya ndawana thizeni endleleni abona uMama osebenza uku Cleaner isteshisamaphoyisa ase emyalela ukuthi akaphuthume naye ayocosha. Umshayeli weLoli wabamba iNumber Plate amaphoyisa kwawashubela akhipha naloMama baboshwa" Frm MG News

Kusekhucululwa kuN3 emva kwengozi eshaqishayo eyenzeke khona namhlanj kumgaqo Van Reenen
02/03/2025

Kusekhucululwa kuN3 emva kwengozi eshaqishayo eyenzeke khona namhlanj kumgaqo Van Reenen

Address

Carrington Height Berea
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Malishe kzn News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category