04/07/2026
UNYELWE INYONI EKHANDA OWE BHAKHANIYA🙌🙌🔥
Zilokhu zingene njalo izincomo kobengumdlali wasesiswini we Orlando Pirates uRelebohile Mofokeng emva kokushaya into ecokeme kwi Bafana Bafana kwi world cup🙌🔥🔥.
Lokhu kwenze iqembu lase Belgium lathatheka ngalomdlali maqede lamsayina ukuba ezogijima khona enze ezibukwayo. Abantu bajabule kakhulu ngokwehlele lomdlali osemncane odlale enkulu indima ukulekelela isquad kwi world cup.
Follow Zwide Media