Senzekile buhle faltein

Senzekile buhle faltein Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Senzekile buhle faltein, Grocers, 275, KwaGamalakhe.

21/12/2025

With Lihle Za – I just got recognized as one of their top fans!

14/12/2025

Umuntu aqale iculo le English kwi Funeral ajik akhale ashiye thina enkingen😩

13/12/2025

Yingakho ngingavakashi angizwani nomsanganoYingakho ngingavakashi angizwani nomsangano

13/12/2025

Ucc👩🏾 wami👨🏾 ucele🙏🏿 ukth nglale🛌🏿 endlin yakhe🏠 coz ubengekho🙌🏿 so ngthe ngsalele🛌🏿 ebsuku🌌 kwafika lesisdakwa🥃🍾 sendoda yakhe👦🏿 sinocker ewindin-🤮
sdakwa: "love❤️ ngcela🙏🏿 ungvulela ngyagodola😭"..
ngvele ngphendule fast🙌🏿 ngizenze usisi😩..
me:
"ngyagula love🗣️ ngphethwe izinyo🦷"
sdakwa: "aw love❤️ cela uvule iwindi ngiqabule👄 mase ngyahamba🚶🏿"_.. ngvule iwindi🙌🏿 ngehlise itrunk✍🏿 ngilethe izinqe🛐 ewindin isdakwa siqabule izinqa zam🙌🏿..
Isdakwa: "Mmm love😩 likubambile ngempela izinyo🦷 izihlathi zakho zivuvukele😷 nomlomo uyanuka" 🤦🏼‍♂️

13/12/2025

U Sizwe Wangena eRestaurant
Wahlala Etafuleni
Kwafika I waitress Waymemeza
Kakhulu I Order Yakhe

🧔:"Ngifuna I full Chicken
Mase Unika
Wonke Muntu LA I Half
Chicken Ngoba
Mangidla Ngifuna Wonke
Umuntu Adle

🧑‍🍳 : Ohk

Nangempela Kubenjalo Kudliwe Kumnandi Kubenjeyaya. Kuthe
Sebeqedile Waphinda uSizwe

🧔:"Ngifuna Ibhodlela
LeChampain Mese Unika
Wonke Umuntu La Ibhodlela
Le J***y Walker
Ngoba Mangiphuza
Ngifuna Wonke Umuntu Aphuze

Kube Njalo Ngempela Abantu
Bajabule Bemdumise
👯👯👯👯 "Ay Sizwe Uyindoda Emadodeni"

Kuthe Sebeqedile Aphinde uSizwe Amemeze Athi

🧔"Ngicela Ungnikeze I Bill Mese Unikeza Wonke Umuntu Ama Bill Abo
Ngoba Mangikhokha Ngifuna
Wonke Umuntu Akhokhe

🚶🚶UMGCWABO KA Sizwe KUSASA

Stop gvb 💜💜💜💜💜💜💜💜💜💜💜💜
12/11/2025

Stop gvb 💜💜💜💜💜💜💜💜💜💜💜💜

Address

275
KwaGamalakhe

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Senzekile buhle faltein posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category