Phillip's poem

Phillip's poem Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Phillip's poem, Grocers, 1043 Dlamini Crescent, Tembisa.

11/03/2022

Lana Isekhaya😭.

Lapha Isekhaya 😭 noma impilo inzima kithi πŸ’” . Izindlu zimbili zodaka ezinethayo nkosi 🌧️ nogogo usasishiya emhlabeni bekwiyena osinakekelayo 😭.

Umama washona sisebancane wasishiya ezadleni zikagogo πŸ’” ngoba ubaba wakhetha ukusibalekela empilweni ngoba kunzima 😭.

Sekwaba insakavukela umcilo wesidwaba layikhaya ukulala ngedlala 🍽️ πŸ’” ngisho ngoba ikati lilele eziko 😭 nam sengaphilela ukuyodlala kwamakhelwane ukuze ngizodla masebephaka 😭.

Lapha Isekhaya 😭 impilo inzima kithi sesaphilela umkhuleka njengoba nogogo wayesinika ithemba ngawo πŸ™ kodwa asiziboni izimpendulo nethemba seliyangiphelela manjer 😭 .

Lapha Isekhaya 😭 Nkosi Kanti owethumama washona wasifathela ngoba sithwele kanzima πŸ’”πŸ˜­.

Lapha Isekhaya 😭.

Sanele Phillip's true story.

Address

1043 Dlamini Crescent
Tembisa

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Phillip's poem posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category