Izindaba Ze Bucs

Izindaba Ze Bucs Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Izindaba Ze Bucs, Grocers, PO Box 1 Umzimkhulu, Umzimkulu.

22/08/2024

Kubonakale umfana omcani owazakhela igama kwi MDC ye Orlando Pirates uAzola Tshobeni ejima neqembu le Orlando Pirates.

Lomfana uhlale iskhathi eside ebolekisiwe kwiqembu le JDR Stars kodwa kubukeka sengathi esebuyile manje njengoba ebonakale ejima neqembu.

22/08/2024

Kusasa i-Orlando Pirates izotholana phezulu neqembu lase Madagascar.

Orlando Pirates 🆚 Disciples FC
🗓️ 23 August 2024
🏟️ Orlando Stadium
🕓 19H30
🎫 Ticketpro
📺 SABC Sport

🏆CAF Champions League

NAKUBA uHappy Jele (37) owazakhela igama kwi-Orlando Pirates, engakaze amemezele ukuthi amakhokho usewagaxe emgibeni kod...
18/07/2024

NAKUBA uHappy Jele (37) owazakhela igama kwi-Orlando Pirates, engakaze amemezele ukuthi amakhokho usewagaxe emgibeni kodwa imenenja yakhe, uJazzman Mahlakgane, iveze ukuthi ngeke esalithinta ibhola.

Ngemuva kokuthi lesi sitobha sihlukane neRoyal AM ekupheleni kwesizini ka-2022/23, kuvele imibiko yokuthi sihlela ukuwagaxa emgibeni. Nokho sacashunwa yiFarPost sithi sisafuna ukudlala, akukakafiki nakancane emqondweni waso ukuyeka ibhola.

"Okwamanje ngizijimela ngedwa. Angangithinta amaqembu athanda ngiwadlalele. Mayelana nokuyeka ibhola ngizokumemezela uma isikhathi sesifikile," washo kanje uJele.

 |OMUNYE wabaqeqeshi owaba nempumelelo kwi-Orlando Pirates, uRuud Krol, uncoma leli qembu ngokusayinisa nokusebenzisa ab...
20/06/2024

|OMUNYE wabaqeqeshi owaba nempumelelo kwi-Orlando Pirates, uRuud Krol, uncoma leli qembu ngokusayinisa nokusebenzisa abadlali abasebancane.

"Laba bafana bafike nomlilo kwi-Orlando Pirates. Kuyabonakala ukuthi uma bengayibamba ngale ndlela iqembu lazobanjwa kude. Kungijabulisile ukubona uMofokeng ebizelwa naseqenjini lesizwe. Ngethemba ukuthi lokhu kuzomgqugquzela. Asethembe ukuthi ngeke udumo lumngene ekhanda. Lesi sinyathelo (sokusebenzisa abadlali abasebancane) sePirates sihle kakhulu. Ikusasa leqembu leli,“ kubeka uKrol.

Uqhube wathi: "Abanye abangichazayo ngabafana noMbatha (Thalente). Muhle kakhulu uma kushoshelwa phambili".

UKrol ujobelele ngokuthi uma eZimnyama zingaqhubeka naleli bhola zingakwazi ukuqeda ukukhonya kweSundowns.

"Into engiyiqaphelayo ukuthi iPirates ishaywa ukungawubambi umgqigqo edlala ngawo. Izinga layo liyehla liphinde lenyuke. Ngichazekile ngendlela edlala ngayo. Ayizame okungenani ukuyibamba indlela edlala ngayo kuze kuphele isizini,“ kusho uKrol owanqoba izicoco ezintathu nePirates, iMTN8, Nedbank Cup neligi ngesizini ka-2010/11.

 |Kuvela ukuthi angahle avalelise maduze uVincent P**e iqenjini le Orlando Pirates ngemva kokuthi ahlale iskhathi eside ...
20/06/2024

|Kuvela ukuthi angahle avalelise maduze uVincent P**e iqenjini le Orlando Pirates ngemva kokuthi ahlale iskhathi eside engabonakali enkundleni.

"Masizo khuluma iqiniso uP**e umdlali we-Orlando Pirates futhi ubekufanele ukudlala kuyo ngoba futhi ufakazi uwena ngemisebenzi yakhe ayenzile ngenkathi kungaka mhlaseli ukulimala ; kusho umhlaziyi wethu uSthole Asande


19/06/2024

Sisasho mlandeli we-Orlando Pirates woza nali ikhaya lakho sicela ukuqala isizini ka 2024/2025 nawe khona kuleli Page.

Sizokubhalela ngolwimi lwesi Zulu izindaba ze Orlando Pirates kuphela.
Kanti futhi siphinde sibe nomfana omncane ozasihlaziyela imidlalo yethu ongumqeqeshi emazingeni aphasi uAsande Sithole.

08/05/2024

|Umdlalo usuphelile i-Orlando Pirates inqobile.

Orlando Pirates 2️⃣0️⃣ Chippa United

 |i-Orlando Pirates ilungiselela umdlalo wayo ne Chippa United.Kanti uVincent P**e no Olisa Ndah bajima neqembu singahle...
06/05/2024

|i-Orlando Pirates ilungiselela umdlalo wayo ne Chippa United.

Kanti uVincent P**e no Olisa Ndah bajima neqembu singahle sibabone ngoLwesithathu i-Orlando Pirates mayidlala ne Chippa United.

06/05/2024

|i-Orlando Pirates ilungiselela umdlalo wayo ne Chippa United.

Kanti uVincent P**e no Olisa Ndah bajima neqembu singahle sibabone ngoLwesithathu i-Orlando Pirates mayidlala ne Chippa United.

23/04/2024

|URiveiro ufuna abePirates basike iphethini kuSaleng noKimvuidi.

INHLOKO yabaqeqeshi kwi-Orlando Pirates, uJose Riveiro, ibona abadlali ebafake esiwombeni sesibili njengesibonelo nokhiye ongavulela leli qembu amasango empini elikuyona yombango wegunya lokumela iPremier Soccer League (PSL) emidlalweni yeCaf ngesizini ezayo.

23/04/2024



Sicela uXolo ngoku nyamalala kuba landeli bethu siyizindaba ze Bucs.

I account ka Admin ihekhiwe besicela ni folowe niphinde ni like kuleli Page yilona eselizo sebenzisa manje.

Mlandeli we-Orlando Pirates ungaphuthelwa izindaba ze Orlando Pirates sithi UpTheBucs

Address

PO Box 1 Umzimkhulu
Umzimkulu
3297

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izindaba Ze Bucs posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category